Khuzani Mpungose has announced the passing of his grandmother. Lala ngoxolo ntombʼ endala

Khuzani Mpungose has announced the passing of his grandmother. Lala ngoxolo ntombʼ endala

Akasekho emhlabeni ugogo ka Khuzani Mpungose ozala ubaba wakhe u Mrs Cagwe Mpungose ugogo uCagwe undlule emhlabeni eneminyaka engu 88 ushonele emzini wakhe enkandla eMandaba logogo bese kunguyena asele naye uKhuzani njengoba abazali bakhe bashona esemncane wakhuliswa yilogogo waze wabhala imoto yakhe ngegama lakhe ugogo wakhe u Cagwe.

Uzohlehlisa ukuhambela imicimbi uKhuzani Mpungose ngemva kokuba eshonelwe uGogo wakhe uMrs Cagwe Mpungose.
Lezindaba ziqinsekiswe uyena lomculi oveze ukuthi ngemva kokudlula emhlabeni kwabazali wabe esesala nogogo kanti udlule emhlabeni ekhaya eNkandla izolo mhlaka 23 December 2024, uKhuzani ube esethatha isinqumo sokuthi angeke acule emicimbini amenywe kuyo kuze ufihlwe uGogo.
Exit mobile version